ihluthe umuthi

ihluthe umuthi wokukhipha isichitho, ihluthe umuthi wokuthandeka uyafutha kuphume nesichitho. Abantu bakuthande. Ihluthe liyachatha futhi. Ihluthe Isihlahla esimila ihluze, umgxamu sasihlala ngaphansi kwawo sishaya izinyoni zidla ihluze leli elimila emgxamini. Uyalibilisa uliphuze liqeda izinsumpa.

DABULAMAFU or uMashwilishwili isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyaphindisa izinto kubathakathi. usetshenziswa emithini yokubethela ekhaya. Iyangena emithini yokuvimba okungalungili, iyatshalwa nasekhaya ukuvikela. Uyangena uma ugeza amathunzi, uyachatha futhi lomuthi. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wezitha.
Iphamba – laphansi nelaphezulu isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyangena emuthini wezitha, emithini yamaphoyisa nokudla ezigebengwini, uyangena emuthini wenhlanhla. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuhlonishwa. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuphindisa kubathakathi. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisikhafulo. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuzivikela kwizigebengu. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini emayelana nedlozi. Iphamba laphansi liyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp